Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 24:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ubonisile namuhla ukuthi wenze okuhle kimi, ngokuba awungibulalanga lapho uJehova enginikela esandleni sakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ulandile namuhla ukuthi ungenzele okuhle, njengokuba, lapho uJehova ebenginikele esandleni sakho, awungibulalanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Namuhla ukuveze obala ukuthi ungenzele okuhle kanjani, ngokuba uSimakade unginikele esandleni sakho, kodwa wena awungibulalanga.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 24:18
10 Referans Kwoze  

UJehova uyabuyisela, kube yilowo nalowo ukulunga kwakhe nokuthembeka kwakhe, ngokuba uJehova ukunikele esandleni sami namuhla, kepha angithandanga ukwelulela isandla sami kogcotshiweyo kaJehova.


Futhi awungivalelanga esandleni sesitha; ufaka izinyawo zami ekamelweni elikhulu.


U-Abishayi wayesethi kuDavide: “UNkulunkulu unikele isitha sakho esandleni sakho namuhla; mangimgwaze phansi ngomkhonto kanye nje, ngingaphinde ngimehlule okwesibili.


Bhekani, namuhla amehlo enu abonile ukuthi uJehova ubekunikele namuhla esandleni sami emhumeni; futhi abanye bangilaya ukuthi ngikubulale; ngathi: Kangiyikwelulela isandla sami enkosini yami; ngoba ungogcotshiweyo weNkosi.


UDavida wasesithi: Abantu beKehila bazanginikela mina labantu bami esandleni sikaSawuli yini? Wathi uJehova: Bazakunikela esandleni sakho.


Kwabikwa kuSawule ukuthi uDavide ufikile eKehila. USawule wayesethi: “UNkulunkulu umnikele esandleni sami; ngoba uvalelwe ngokungena emzini onamasango nemigoqo.


Ngokuba uma umuntu efumana isitha sakhe, uyakusikhulula na? ngalokho uJehova uyakukuvuza kahle ngalokho okwenze kimi namuhla.


UJuda wazivuma, wathi: “Ulungile kunami; ngoba angimnikanga uSela indodana yami. Futhi akasamazi.


Isitha masixoshe umphefumulo wami, siwuthathe; yebo, makanyathele ukuphila kwami emhlabeni, abeke udumo lwami othulini. Sela.


Ngokuba uyakubuthela amalahle omlilo ekhanda lakhe, uJehova akuvuze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite