Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 24:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 USawule esebuyile emva kwamaFilisti, watshelwa ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi uSawule esebuyile ekuxosheni amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Kwathi lapho uSawule esebuyile ukuxosha amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane e-Eni Gedi.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 24:1
8 Referans Kwoze  

Bajabulisa inkosi ngobubi babo, nezikhulu ngamanga abo.


Kuwe abahlebayo ukuze bachithe igazi; futhi badla kuwe ezintabeni; benza ihlazo phakathi kwakho.


Uma umbusi elalela amanga, zonke izinceku zakhe zibi.


Thatha omubi phambi kwenkosi, isihlalo sayo sobukhosi sizaqiniswa ngokulunga.


AbaseSifi base benyukela kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akazicashi yini kithi ezinqabeni zehlathi entabeni yaseHagila ngaseningizimu kwaseJesimoni na?


neNibisani nomuzi kaSawoti ne-Eni Gedi; imizi eyisithupha nemizana yayo.


Kuyakuthi abadobi beme kuwo kusukela e-Eni Gedi kuze kube se-Eneglayimi; bayakuba yindawo yokweneka amanetha; izinhlanzi zazo ziyakuba ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite