Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Bhekani, nibone zonke izindawo zokucasha lapho ecasha khona, nibuyele kimi impela, ngiyakuhamba nani; uma ekhona ezweni, ngiyakumphenya kuzo zonke izinkulungwane zakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Bhekani, nizazi zonke izindawo zokucasha, lapho ecasha khona, nibuyele kimi nineqiniso; ngiyakuhamba nani; kuyakuthi uma ekhona ezweni, ngimfice phakathi kwayo yonke imindeni yakwaJuda.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Hlolani, nizazi zonke izindawo lapho ecasha khona, bese nibuya nize kimi nodaba olunesiqiniseko. Mina ngizohamba nani, uma esezweni, ngiyomfuna phakathi kwezinkulungwane zabakwaJuda.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:23
14 Referans Kwoze  

Emva kwezinsuku ezimbili kwakukhona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.


Kepha wena, Betlehema Efrata, noma umncane phakathi kwezinkulungwane zakwaJuda, uyakuphuma kuwe eze kimi, oyakuba ngumbusi kwa-Israyeli; okuphuma kwawo kwakusukela endulo, kwaphakade.


Ngokuba izinyawo zabo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi.


Kuphila kukaJehova uNkulunkulu wakho, akukho sizwe noma umbuso inkosi yami engathumelanga kuyo ukukudinga; bathi: Kakho; wafunga umbuso nesizwe, ukuthi abakufumananga.


Kwathi ekuphumuleni kwayo, wathi: Buyela, Nkosi, ezinkulungwaneni ezinengi zakoIsrayeli.


Hambani nizilungisele, nazi, nibone indawo yakhe lapho ehlala khona nokuthi ngubani owambona khona; ngoba ngitsheliwe ukuthi wenza ubuqili obukhulu.


Baqeda, bahamba phambi kukaSawule baya eZifi, kepha uDavide nabantu bakhe basehlane laseMahoni ethafeni eliseningizimu kwaseJesmoni.


Ngaphezu kwalokho, baba, bheka, yebo, bheka isicephu sejazi lakho esandleni sami; ngenxa yokuthi nganquma isiqephu sengubo yakho, angikubulalanga, uyazi, uyabona ukuthi akukho bubi nasiphambeko esandleni sami, futhi angonanga kuwe; nokho nifuna umphefumulo wami ukuwuthatha.


Uhlezi eziphepheni zemizi; ekucashile uyabulala ongenacala; amehlo akhe aphezu kwabampofu.


Wathi: “Hambani nibone lapho ekhona, ukuze ngithumele ngimlande.” Wabikelwa ukuthi: “Bheka, useDothani.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite