Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 21:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UDavide wabeka lawo mazwi enhliziyweni yakhe, wamesaba kakhulu u-Akhishi inkosi yaseGati.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UDavide wabeka lawo mazwi enhliziyweni yakhe, wamesaba kakhulu u-Akhishi inkosi yaseGati.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UDavide wawagcina lawo mazwi enhliziyweni yakhe, futhi wayesemesaba kakhulu u-Akhishi, inkosi yaseGathi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 21:12
10 Referans Kwoze  

Kodwa uMariya wagcina zonke lezizinto, ezindla ngakho enhliziyweni yakhe.


Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela, kepha unina wawagcina onke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.


Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.


Kungakhathaliseki ukuthi ngesaba kangakanani, ngizothembela Kuwe.


Ngamfuna uJehova, wangizwa, wangikhulula kukho konke ukwesaba kwami.


UDavide wayeseqeda, wabaleka ngalolo suku ngokwesaba uSawule, waya ku-Akhishi inkosi yaseGati.


Amadoda aleyondawo ambuza ngomkakhe; wathi: “Ungudadewethu, ngokuba wayesaba ukuthi: ‘Ungumkami;’ wathi, ukuze bangangibulali abantu baleyondawo ngenxa kaRebeka; ngoba wayemuhle ukubukwa.


Washintsha ukuziphatha kwakhe phambi kwabo, wazihlanyisa ezandleni zabo, wanwaya ezicabheni zesango, wavumela amathe awela esilevini sakhe.


Abesifazane baphendulana bedlala, bathi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, uDavide amashumi ezinkulungwane zakhe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite