Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma esho kanje: “Kuhle; inceku yakho iyakuba nokuthula, kepha uma ithukuthela kakhulu, yazi-ke ukuthi inqunyelwe okubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uma esho ukuthi: ‘Kulungile,’ inceku yakho iyakuba nokuthula; kepha uma ethukuthela, yazi-ke ukuthi unqume okubi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Uma uyihlo ethi: ‘Kulungile,’ inceku yakho iyobe iphephile, kodwa uma ethukuthela ebila, uyokwazi ukuthi usophe ukuyenzakalisa.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:7
6 Referans Kwoze  

Yazi manje, unake lokho ozakukwenza; ngoba ngokuqinisekile ububi bumelene nenkosi yethu naphezu kwayo yonke indlu yayo, ngoba iyindodana kaBheliyali kangangokuthi akekho ongakhuluma nayo.


Inkosi yasukuma ngolaka lwayo edilini lewayini, yaya ensimini yesigodlo; uHamani wasukuma ukuba acele ukuphila kwakhe ku-Esteri inkosikazi; ngoba wabona ukuthi inkosi yayinqume okubi phezu kwakhe.


Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu namalunga onke akwa-Israyeli.


UJonathani wathi: “Makube kude nawe, ngokuba uma bengazi impela ukuthi ububi unqume ukwehlela phezu kwakho, bengingayikukutshela na?”


Lalunga-ke leli zwi kimi; ngathatha kini amadoda ayishumi nambili, yanye esizweni.


USawule wamjikijela ngomkhonto ukuba amgwaze, uJonathani wazi ukuthi uyise unqume ukumbulala uDavide.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite