Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 UJonathani wasukuma etafuleni ngolaka olukhulu, akadlanga lutho ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayedabukile ngenxa kaDavide, lokhu uyise emhlazisile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 UJonathani wasuka etafuleni evutha ulaka, akadlanga kudla ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayenosizi ngenxa kaDavide, lokhu uyise emhlazisile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 UJonathani wasuka etafuleni ethukuthele; akadlanga kudla ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayenosizi ngenxa kaDavide, kwazise uyise wayemhlazisile.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:34
5 Referans Kwoze  

Thukuthelani, ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele.


Wabaqalaza ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo, wathi kumuntu: Yelula isandla sakho. Waseselula; saphiliswa isandla sakhe saba njengesinye.


Ngoba kakho umuntu olungileyo emhlabeni owenza okuhle njalo angoni.


USawule wamjikijela ngomkhonto ukuba amgwaze, uJonathani wazi ukuthi uyise unqume ukumbulala uDavide.


Kwathi ekuseni uJonathani waya endle ngesikhathi esimisiwe noDavide, nomfana omncane enaye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite