Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngokuba izinsuku zonke indodana kaJese isekhona emhlabeni, wena nombuso wakho awuyikuqiniswa. Manje-ke thumela umlethe kimi, ngokuba uzokufa nokufa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Ngokuba izinsuku zonke indodana kaJese isekhona emhlabeni awuyikuzinza nombuso wakho. Ngalokho thumela umlethe kimi, ngokuba ungowokufa yena.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Ngokuba ngazo zonke izinsuku indodana kaJese isaphila emhlabeni awuyukuzinza wena nombuso wakho. Ngalokho thumela umlande eze kimi, ngoba kufanele ukuba afe.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:31
9 Referans Kwoze  

Ngakho woba nomusa encekwini yakho; ngoba ungenisile inceku yakho esivumelwaneni sikaJehova lawe; ngoba uzongilethelani kuyihlo?


USawuli walilalela ilizwi likaJonathani, uSawuli wafunga wathi: Kuphila kukaJehova, kayikubulawa.


Ukububula kwesiboshwa makuphume phambi kwakho; londoloza ngokobukhulu bamandla akho labo abamiselwe ukufa;


Ngokuba yonke indlu kababa yayifile phambi kwenkosi yami, inkosi; nokho wayimisa inceku yakho phakathi kwabadla etafuleni lakho. Iliphi ilungelo engisenalo lokulibiza enkosini?


Le nto oyenzile ayiyinhle. Kuphila kukaJehova, nifanele ukufa, ngokuba aniyigcinanga inkosi yenu, ogcotshiweyo kaJehova. Bheka manje ukuthi ukuphi umkhonto wenkosi nesiphambano samanzi esasinomgodla wayo.


Intukuthelo kaSawule yamvuthela uJonathani, wathi kuye: “Wena ndodana yowesifazane oyisihlubuki, angazi yini ukuthi uyikhethile indodana kaJese ekuhlakanipheni kwakho nasekujabhiseni ubunqunu bukanyoko na?


Wathi kuye: “Ungesabi, ngokuba isandla sikaSawule ubaba asiyikukuthola; uzakuba yinkosi phezu kukaIsrayeli, mina ngibe lawe; lobaba uSawuli uyakwazi lokhu.


Intukuthelo kaDavide yamvuthela lowo muntu; wathi kuNathani: Kuphila kukaJehova, umuntu owenze lokho uyakufa nokufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite