Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kwathi ngangomuso, ngosuku lwesibili lwenyanga, indawo kaDavide yayingenalutho; uSawule wathi kuJonathani indodana yakhe: “Kungani indodana kaJese ingezanga ukudla izolo nanamuhla?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kwathi ngangomuso emva kokwethwasa kwenyanga ngolwesibili indawo kaDavide yayiyize; uSawule wathi kuJonathani indodana yakhe: “Indodana kaJese ayifikanga ngani ekudleni nayizolo nanamuhla na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Kwathi ngosuku olulandelayo lokwethwasa kwenyanga, indawo kaDavide isalokhu ingenamuntu, uSawule wathi kuJonathani, indodana yakhe: “Kungani indodana kaJese ingafikanga esidlweni izolo nanamuhla na?”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:27
12 Referans Kwoze  

Okuza kuye njengetshe eliphilayo, elaliwayo ngempela ngabantu, kodwa elikhethiweyo nguNkulunkulu, eliyigugu;


Lo akasiyo yini indodana yombazi na? Unina akabizwa ngokuthi uMariya na? nabafowabo oJakobe, noJose, noSimoni, noJuda?


UNabali wasephendula izinceku zikaDavida wathi: Ngubani uDavida? futhi ingubani indodana kaJese? kulezi zinsuku ziningi izinceku ezephula, kube yilowo nalowo enkosini yakhe.


USawule wabuye wathuma izithunywa ukubona uDavide, wathi: “Mletheni kimi embhedeni ukuba ngimbulale.”


USawule wawuphonsa umkhonto; ngoba wathi: Ngizamtshaya uDavida ngalo emdulini. UDavide wasuka kabili ebusweni bakhe.


UDavida wasesithi kuJonathani: Khangela, kusasa sekwethwasa kwenyanga, njalo kangiyikuyekela ukuhlala ekudleni lenkosi; kodwa ngiyeke ngihambe ngiyocasha endle kuze kufike usuku lwesithathu kusihlwa.


Kepha uSawule akashongo lutho ngalolo suku, ngokuba wacabanga ukuthi: “Okuthile okwenzekile kuye, akahlambulukile; impela akahlanzekile.


UJonathani wamphendula uSawule, wathi: “UDavide wangincenga nokungicela ukuba ngihambe ngiye eBetlehema;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite