Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kepha umusa wakho awuyikuwususa endlini yami kuze kube phakade;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kepha futhi mawunganqumi isihawu sakho endlini yami kuze kube phakade, hhayi nalapho uJehova esenqumile zonke izitha zikaDavide ebusweni bomhlaba.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 ungayeki ukwenzela abendlu yami ububele, ngisho noma uSimakade eseziqothule zonke izitha zikaDavide emhlabeni.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:15
7 Referans Kwoze  

Kodwa inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani indodana kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.


Manje funga kimi ngoJehova ukuthi awuyikuqeda inzalo yami emva kwami, nokuthi awuyikuqeda igama lami endlini kababa.


Aniyikungenzela umusa kaJehova kuphela ngisekhona, ukuze ngingafi.


Mayelana nendaba esakhuluma ngayo mina nawe, bheka, uJehova uphakathi kwami nawe kuze kube phakade.


UJonathani wasesithi kuDavida: Hamba ngokuthula, ngoba safunga sobabili ebizweni le Nkosi, sathi: I Nkosi izakuba phakathi kwami lawe kuze kube nininini laphakathi kwenzalo yami lenzalo yakho. Wasuka wahamba, uJonathani wangena emzini.


Kodwa ngikhumbule, lapho kukuhambela kahle, ungibonise umusa, ungibize kuFaro, ungikhiphe kule ndlu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite