Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Aniyikungenzela umusa kaJehova kuphela ngisekhona, ukuze ngingafi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Awuyikungenzela umusa kaJehova ukuba ngingafi ngisekhona kuphela,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Uma ngisaphila ngikhombise isihawu sikaSimakade, kodwa uma ngifa,

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:14
8 Referans Kwoze  

Inkosi yasisithi: Kakulamuntu wendlu kaSawuli yini ukuthi ngimenzele umusa kaNkulunkulu? USiba wayesethi enkosini: “UJonathani unenye indodana elunyonga ezinyaweni.”


Kodwa ngikhumbule, lapho kukuhambela kahle, ungibonise umusa, ungibize kuFaro, ungikhiphe kule ndlu.


UJehova wenza lokhu, nokunye okuningi kuJonathani; kepha uma kukuhle kubaba ukwenza okubi kuwe, ngiyakukwazisa, ngikumukise, uhambe ngokuthula; uJehova uyakuba nawe njengalokho ebenobaba.


Kepha umusa wakho awuyikuwususa endlini yami kuze kube phakade;


Mayelana nendaba esakhuluma ngayo mina nawe, bheka, uJehova uphakathi kwami nawe kuze kube phakade.


Manje funga kimi ngoJehova ukuthi awuyikuqeda inzalo yami emva kwami, nokuthi awuyikuqeda igama lami endlini kababa.


UDavida wasesithi: Kusele oyedwa yini wendlu kaSawuli ukuthi ngimenzele umusa ngenxa kaJonathani?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite