Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 19:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Mina-ke ngizaphuma ngime lobaba egangeni lapho okhona, ngikhulume ngawe kubaba; futhi engikubonayo ngizokutshela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ngiyakuphuma ngime ngakubaba endle lapho ukhona, ngikhulume ngawe nobaba; uma ngibona okuthile, ngiyakukutshela.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Mina ngizophuma ngime ngakubaba endle lapho ubhace khona, ngizokhuluma ngawe kubaba; uma ngibona okuthile ngizokutshela.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 19:3
4 Referans Kwoze  

UJehova wenza lokhu, nokunye okuningi kuJonathani; kepha uma kukuhle kubaba ukwenza okubi kuwe, ngiyakukwazisa, ngikumukise, uhambe ngokuthula; uJehova uyakuba nawe njengalokho ebenobaba.


UJonathani wathi: “Makube kude nawe, ngokuba uma bengazi impela ukuthi ububi unqume ukwehlela phezu kwakho, bengingayikukutshela na?”


Kodwa uJonathani indodana kaSawule wayejabule kakhulu ngoDavide; uJonathani wamtshela uDavide, wathi: “Ubaba uSawule ufuna ukukubulala;


Umngane uthanda ngezikhathi zonke, nomzalwane uzalelwa ukuhlupheka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite