Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 18:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 USawule wambheka uDavide kusukela ngalolo suku kuqhubeke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 USawule wambheka uDavide kusukela kulolo suku kuya phambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 USawule wamqaphelisisa uDavide kusukela kulolo lusuku.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 18:9
11 Referans Kwoze  

Futhi ningamniki uSathane indawo.


ubusela, ukufisa, ububi, inkohliso, ukuxhwala, ilihlo elibi, inhlamba, ukuzigqaja, ubuthutha;


Angivunyelwa yini ukwenza engikuthandayo ngokungokwami? Iso lakho libi, ngokuba mina ngimuhle?


UJakobe wabona ubuso bukaLabani, bheka, babungenjengakuqala kuye.


Ningagqubuthelani, bazalwane, ukuze ningalahlwa; bhekani, umahluleli umi ngasemnyango.


USawuli wathukuthela kakhulu, lelizwi laba libi kuye; uthi: Banika uDavide izinkulungwane eziyishumi, banginika izinkulungwane kuphela; futhi yini angaba nayo ngaphezu kombuso?


Kwathi ngangomuso umoya omubi kaNkulunkulu wehlela uSawule, waprofetha phakathi kwendlu; uDavide wabetha ngesandla sakhe njengakuqala, kwakukhona umkhonto esandleni sikaSawule.


USawuli wasekhuluma kuJonathani indodana yakhe lakuzo zonke inceku zakhe ukuthi babulale uDavida.


Ukuthukuthela kuyisihluku, nolaka lulunya; kodwa ngubani ongema phambi komhawu?


Ngabuye ngabona wonke umsebenzi onzima nawo wonke umsebenzi omuhle, ukuthi ngenxa yalokho umuntu uba nomhawu ngomakhelwane wakhe. Kuyize nokufuna umoya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite