Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:54 - Contemporary Zulu Bible 2024

54 UDavide walithatha ikhanda lomFilisti, waliyisa eJerusalema; kepha izikhali zakhe wazibeka etendeni lakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 UDavide wathatha ikhanda lomFilisti, waliyisa eJerusalema; kepha wafaka izikhali zakhe etendeni lakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

54 UDavide wathatha ikhanda lomFilisti, waliyisa eJerusalema, kodwa izikhali zakhe wazifaka ethendeni lakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:54
6 Referans Kwoze  

UMose wathi ku-Aroni: “Thatha imbiza, ubeke kuyo imana, uyibeke phambi kukaJehova, igcinelwe izizukulwane zenu.


Wayesethi umpristi: “Inkemba kaGoliyati umFilisti, owamnqoba esigodini sase-Ela, bheka, nansi emva kwendwangu ehlombe isongwe ngendwangu; uma uthanda ukuyithatha, yithathe; ngoba akekho omunye lapha. UDavide wathi: “Akunjalo; nginike.


Abantwana bakwa-Israyeli babuya ekuxosheni amaFilisti, baphanga amatende awo.


Lapho uSawule ebona uDavide ephuma ukuhlangabezana nomFilisti, wathi ku-Abineri induna yempi: “Abineri, iyindodana kabani le nsizwa na? U-Abineri wayesethi: “Kuphila komphefumulo wakho, nkosi, angikwazi ukusho.


UDavide esebuyile ekubulaleni umFilisti, u-Abineri wamthatha, wamyisa phambi kukaSawule, enekhanda lomFilisti esandleni sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite