Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 UJese wathi kuDavide indodana yakhe: “Thatha abafowenu i-efa likakolweni othosiwe nalezi zinkwa eziyishumi, ugijimele ekamu kubafowenu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UJese wathi kuDavide indodana yakhe: “Ake uthathele abafowenu i-efa* lalolu tshwele nalezi zinkwa eziyishumi, usheshe uye ekamu* labafowenu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 UJese wathi kuDavide, indodana yakhe: “Ake uthathele abafowenu i-efa lotshwele nalezi zinkwa ezilishumi, uphuthume ubahambisele enkanjini yabo.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:17
6 Referans Kwoze  

Khona-ke u-Abigayili washesha wathatha izinkwa ezingamakhulu amabili namasaka amabili ewayini nezimvu ezinhlanu ezilungisiwe namaseya amahlanu kakolweni ogaziniwe nezigaxa eziyikhulu zezithelo zomvini ezomisiwe namaqebelengwane amakhiwane angamakhulu amabili wakubeka ezimbongolweni.


Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha abacela kuye uMoya oNgcwele na?


Ngakho-ke uma nina enibabi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye na?


Lethani imibhede, nezitsha, nezimbiza zebumba, nokolweni, nebhali, nempuphu, nokolweni othosiwe, nobhontshisi, nodalili, namabele athosiweyo;


UBhowazi wathi kuye: “Woza lapha ngesikhathi sokudla, udle isinkwa, ugcobhoze ucezu lwakho kuviniga.” Wahlala phansi eduze kwabavuni, wafika kuye amabele akhanyiwe, wadla, wasutha, wahamba.


UmFilisti wayesesondela ekuseni nakusihlwa, wamhambela izinsuku ezingamashumi amane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite