Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 15:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 USamuweli wathi kuSawule: “UJehova ungithumile ukuba ngikugcobe ube yinkosi phezu kwabantu bakhe u-Israyeli; manje lalela izwi lamazwi kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 USamuweli wathi kuSawule: “UJehova wangithuma ukuba ngikugcobe ube yinkosi phezu kwabantu bakhe u-Israyeli; ngalokho lalela amazwi kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 USamuweli wathi kuSawule: “USimakade wangithuma ukuba ngikugcobe ube yinkosi, ubuse abantu bakhe u-Israyeli. Ngakho-ke ake ulalele amazwi kaSimakade.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 15:1
10 Referans Kwoze  

Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini, umgcobe abe ngumbusi phezu kwabantu bami u-Israyeli, ukuze asindise abantu bami esandleni samaFilisti; ngoba ngikubonile.


Uma nimesaba uJehova, nimkhonze, nilalele izwi lakhe, ningahlubuki ezwini likaJehova, nina nenkosi enibusayo niyakulandela uJehova uNkulunkulu wenu.


USamuweli wayesethi kuSawule: “Wenze ngobuwula; awuwugcinanga umyalo kaJehova uNkulunkulu wakho akuyala ngawo; ngoba manje uJehova ubezakuqinisa ubukhosi bakho phezu kukaIsrayeli kuze kube nininini.


USamuweli wayesethatha isitsha samafutha, wawathela ekhanda lakhe, wamanga, wathi: “Kungokuba uJehova ekugcobile ukuba ube ngumbusi wefa lakhe na?


UJehova wamtshela uSamuweli endlebeni yakhe ngosuku olwandulela ukufika kukaSawule, wathi:


Wayesethi u-Elisha: “Yizwani izwi likaJehova; Usho kanje uJehova, uthi: Kusasa ngalesi sikhathi iseya lempuphu ecolekileyo liyakuthengiswa ngeshekeli, namaseya amabili ebhali ngeshekeli esangweni laseSamariya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite