Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 14:49 - Contemporary Zulu Bible 2024

49 Amadodana kaSawule ayengoJonathani, noJeshivi, noMelkishuwa; amagama amadodakazi akhe amabili yilawa; igama lezibulo lalinguMerabi, igama lencinyane lalinguMikhali;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Amadodana kaSawule ayengoJonathani, no-Ishivi, noMaliki Shuwa; amagama amadodakazi akhe amabili yilawa: igama lenkulu lalinguMerabi, igama lencane lalinguMikhali.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

49 Nanka amagama amadodana kaSawule: nguJonathani, u-Ishivi, noMalikhi Shuwa. Amadodakazi akhe, igama leyokuqala nguMerabi, encane nguMikhali.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 14:49
10 Referans Kwoze  

UNeri wazala uKishi, noKishi kuSawule, noSawule wazala uJonathani, noMaliki Shuwa, no-Abinadaba, no-Eshbhali.


AmaFilisti axosha uSawule namadodana akhe; amaFilisti abulala oJonathani, no-Abinadaba, noMaliki Shuwa, amadodana kaSawule.


Futhi uNeri wazala uKishi; uKishi wayenguyise kaSawule; uSawule wazala uJonathani, noMalikishuwa, no-Abinadaba, no-Eshbhali.


Kepha uSawule wanika uPhaliti indodana kaLayishi waseGalimi indodakazi yakhe uMikhali umkaDavide.


UDavide wazilungiselela, wahamba yena nabantu bakhe, wabulala kumaFilisti amadoda angamakhulu amabili; uDavida waletha amajwabu awo, basebenika inkosi indaba zonke, ukuze abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wamnika uMikhali indodakazi yakhe ibe ngumkakhe.


UMikali wayesemehlisa uDavide ngefasitela, wahamba, wabaleka, waphunyuka.


AmaFilisti axosha uSawule namadodana akhe; amaFilisti abulala oJonathani, no-Abinadaba, noMaliki Shuwa, amadodana kaSawule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite