Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 14:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Bawachitha amaFilisti ngalolo suku kusukela eMigimashi kuze kube se-Ajaloni, futhi abantu badinwa kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Babulala amaFilisti ngalolo suku kusukela eMikimashi kuze kube se-Ajaloni; abantu baphela amandla kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Ngalo lolo suku babulala amaFilisti kusukela eMikhimashi kuze kube se-Ajaloni. Abantu baphelelwa ngamandla ngokwedlulele.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 14:31
5 Referans Kwoze  

UJoshuwa wayesekhuluma kuJehova mhla uJehova enikela ama-Amori kubantwana bakwa-Israyeli, wathi phambi kwamehlo ka-Israyeli: “Langa, yima eGibeyoni; nawe nyanga esigodini sase-Ajaloni.


noShaalabhibini, no-Ajaloni, noJetla,


USawule wazikhethela amadoda ayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazo zazinoSawule eMigimasi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane inoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


Ingaphambili lelinye lalibheke ngasenyakatho ngaseMigimasi, nelinye ngaseningizimu ngaseGibeya.


Kakhulu kangakanani uma abantu namuhla besidla ngokukhululeka empangweni yezitha zabo abayitholile? Ngokuba kwakungekho ukubulalana okukhulu kakhulu manje phakathi kwamaFilisti na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite