Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 13:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 USamuweli wasuka, wakhuphuka eGiligali, waya eGibeya lakwaBenjamini. USawule wabala amadoda ayenaye kungathi amadoda angamakhulu ayisithupha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 USamuweli wayesesuka, wakhuphuka eGiligali, waya eGibeya lakwaBenjamini. USawule wabala abantu abafumaniseka bekuye, kungathi abantu abangamakhulu ayisithupha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 USamuweli wayesesuka wakhuphuka eGiligali, waya eGibheya kwaBhenjamini. USawule wabala abantu ababesasele naye, babecishe babe ngama-600.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 13:15
4 Referans Kwoze  

USawuli wasehlala ekupheleni kweGibeya ngaphansi kompomegranati oseMigroni; amadoda ayenaye kungathi amadoda angamakhulu ayisithupha;


USawule wazikhethela amadoda ayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazo zazinoSawule eMigimasi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane inoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


USamuweli wavuka ekuseni ukuhlangabeza uSawule ekuseni, watshelwa uSamuweli ukuthi: “USawule wafika eKarmeli, bheka, wamlungisela indawo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite