Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 11:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Basebesithi kuzo izithunywa ezafikayo: Lizakutsho njalo emadodeni eJabeshi eGileyadi: Kusasa ekutshiseni kwelanga lizaba losizo. Zafika izithunywa, zabatshela amadoda aseJabeshi; futhi bajabula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Bathi kuzo izithunywa ezazifikile: “Niyakusho kanje kubantu baseJabeshi Gileyadi, nithi: ‘Kusasa lapho ilanga libalele niyakukhululwa.’ ” Izithunywa zafika, zabatshela abantu baseJabeshi; bathokoza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Bathi ezithunyweni ezazifike kubo: “Niyothi kubantu baseJabheshi Gileyadi: ‘Kusasa lapho ilanga libalele, niyakukhululwa.’ ” Izithunywa zafika zabatshela abantu baseJabheshi; bathokoza.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 11:9
7 Referans Kwoze  

Wangisindisa esitheni sami esinamandla nakubo ababengizonda, ngokuba babenamandla kunami.


Basebesithi: Ngubani ezizweni zakoIsrayeli ongakhuphukelanga eNkosini eMispa? bheka, kwakungekho muntu ekamu laseJabeshi kwaGileyadi emva kokuhlangana.


Wababala eBezeki, abantwana bakwa-Israyeli babe yizinkulungwane ezingamakhulu amathathu, namadoda akwaJuda ayeyizinkulungwane ezingamashumi amathathu.


Ngakho abantu baseJabeshi bathi: “Kusasa siyakuphumela kini, nenze kithi konke okuhle emehlweni enu.”


Abakhileyo eJabeshi kwaGileyadi bezwa lokho amaFilisti ayekwenzile kuSawule;


UDavide wathuma izithunywa kubantu baseJabeshi kwaGileyadi, wathi kubo: “Manibusiswe nguJehova ukuba nenze lomusa enkosini yenu kuSawule, nammbela.


Aqeda, onke amadoda anesibindi, asithatha isidumbu sikaSawule nezidumbu zamadodana akhe, aziyisa eJabeshi, angcwaba amathambo awo phansi komuthoni eJabeshi, azila ukudla izinsuku eziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite