Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 11:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wathatha izinkabi, wazihlahlela, wazithuma ngesandla sezithunywa kuwo wonke umkhawulo wakwa-Israyeli, wathi: “Ongaphumi ukulandela uSawule noSamuweli, kuyakwenziwa kanjalo kuzo izinkabi zakhe.” Ukwesaba uJehova kwehlela phezu kwabantu, baphuma nganhliziyonye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wathatha izinkabi ezimbili, wazihlahlela, wazithuma emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli ngesandla sezithunywa, ethi: “Ongaphumi emva kukaSawule noSamuweli kuyakwenziwa kanjalo kuzo izinkabi zakhe.” Ingebhe ngoJehova yehlela phezu kwabantu, baphuma njengomuntu munye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Wathatha izinkabi ezimbili, wazihlahlela, wathumela izithunywa nazo kuyo yonke imingcele yakwa-Israyeli, wathi: “Ongezukuphuma alandele uSawule noSamuweli kuzokwenzeka kanje ezinkabini zakhe.” Ingebhe ngoSimakade yehlela phezu kwabantu, baphuma kwangathi bamuntu munye.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 11:7
8 Referans Kwoze  

Lapho efika endlini yakhe, wathatha ummese, wabamba isancinza sakhe, wasihlukanisa ngemilenze yaso saba izicucu eziyishumi nambili, wasithumela kuyo yonke imingcele yakwa-Israyeli.


Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yabuthana njengomuntu munye kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.


Ukwesaba uJehova kwehlela yonke imibuso yamazwe ahanqe uJuda, kangangokuthi ayizange ilwe noJehoshafati.


Bayichitha yonke imizi ngaseGerari; ngokuba ukwesaba uJehova kwaba phezu kwabo, baphanga yonke imizi; ngoba kwakukhona impango eningi kuyo.


Basuka, ukwesaba uNkulunkulu kwaba phezu kwemizi eyayibazungezile, kabawasukelanga amadodana kaJakobe.


Ngakho ukumesaba uJehova makube phezu kwenu; Qaphelani, nikwenze, ngokuba akukho bubi kuJehova uNkulunkulu wethu, nokukhetha ubuso nokwamukela izipho.


Mngcweliseni uJehova Sebawoti; futhi makabe ukumesaba, futhi makabe ukumesaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite