Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 1:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kodwa uHana wamnika isabelo esihle; ngokuba wayemthanda uHana, kepha uJehova wasivala isizalo sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 kepha wanika uHana isabelo siphindwa kabili, ngokuba wayemthanda uHana, kepha uJehova wayesivalile isizalo sakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 UHana wamnika amavenge aphindwe kabili, ngokuba wayemthanda uHana, nakuba uSimakade ayesivalile isibeletho sakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 1:5
9 Referans Kwoze  

Intukuthelo kaJakobe yamvuthela uRaheli, wathi: “Ngisesikhundleni sikaNkulunkulu owagodla isithelo sesisu sikanyoko na?”


Wabanika zonke izingubo ezahlukene; kepha uBenjamini wamnika amashekeli angamakhulu amathathu esiliva nezingubo zangaphansi eziyisihlanu.


Ngokuba uJehova wazivalela zonke izizalo zendlu ka-Abimeleki ngenxa kaSara umka-Abrahama.


USarayi umka-Abrama wayengamzaleli mntwana, wayenencekukazi yaseGibithe, igama layo lalinguHagari.


Wabathatha, wabathuma basuka phambi kwakhe; kepha ukudla kukaBenjamini kwaba ngokuphindwe kahlanu kunabo bonke. Baphuza, bajabula naye.


Uma indoda inabafazi ababili, omunye ethandwa, omunye ezondwa, bayizalele abantwana, othandekayo nozondwayo; uma izibulo kuyileyo ezondwayo.


URaheli esebonile ukuthi akamzaleli uJakobe abantwana, uRaheli waba nomhawu ngodadewabo; wathi kuJakobe: “Nginike abantwana bami, funa ngife.”


Kepha uSarayi wayeyinyumba; wayengenangane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite