Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 UEli wasesithi kuye: Uzadakwa kuze kube nini? susa iwayini lakho kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 U-Eli wathi kuye: “Uyakudakwa kuze kube nini na? Susa iwayini lakho kuwe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 U-Eli wathi kuye: “Uyakudakwa kuze kube nini na? Susa iwayini lakho kuwe.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 1:14
12 Referans Kwoze  

Makususwe kini konke ukufutheka, nolaka, nentukuthelo, nomsindo, nokuhlambalaza, kanye nakho konke okubi.


Ngakho lahlani amanga, nikhulume iqiniso, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe, ngokuba singamalungu omunye komunye.


Uyolala kuze kube nini, sivila? uyakuvuka nini ebuthongweni bakho?


Khipha umlomo omubi kuwe, nezindebe ezisontekile zikude nawe.


Koze kube nini niceba okubi ngomuntu? niyakubulawa nonke; njengodonga olugobayo nanjengothango oludilikayo.


Uma ubuyela kuSomandla, uyokwakhiwa, ususe ububi bude namatende akho.


Uma ububi busesandleni sakho, bubeke kude, kungahlali ububi ematendeni akho.


Koze kube nini ukhuluma lezi zinto? Koze kube nini amazwi omlomo wakho enjengomoya onamandla?


Base begcwala bonke uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokho uMoya wabapha ukuphumisela.


Abanye bamklolodela bathi: Lababantu bagcwele iwayini elitsha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite