Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 UHana wakhuluma enhliziyweni yakhe; kwanyakaza izindebe zomlomo wakhe kuphela, kepha izwi lakhe lalingezwakali; ngalokho u-Eli wacabanga ukuthi udakiwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UHana wayekhuluma enhliziyweni yakhe, kwabikizela izindebe zakhe zomlomo kuphela, kepha izwi lakhe lalingezwakali; ngalokho u-Eli wacabanga ukuthi udakiwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UHana wayekhuluma ngenhliziyo engaphumiseli mazwi ngomlomo, kwakunyakaza izindebe zomlomo kuphela. Ekubona lokho u-Eli, wacabanga ukuthi udakiwe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 1:13
8 Referans Kwoze  

Ngokunjalo noMoya uyasisiza ebuthakathakeni bethu, ngokuba asikwazi esingakucela ngokufanele, kepha uMoya uqobo usikhulekela ngokububula okungenakuphinyiselwa.


Abanye bamklolodela bathi: Lababantu bagcwele iwayini elitsha.


UJehova Sebawoti uyobavikela; bayakudliwa, banqotshwe ngamatshe endwayimana; bayakuphuza, benze umsindo njengewayini; bayogcwaliswa njengezitsha nanjengamagumbi e-altare.


Ihubo likaDavide. Jehova, ngiphakamisela kuwe umphefumulo wami.


lubekezelela izinto zonke, lukholwa yizinto zonke, luthemba izinto zonke, lukhuthazelela izinto zonke.


Inkosi yasisithi kimi: Ucelani? Ngakho ngakhuleka kuNkulunkulu wezulu.


Kwathi esakhuleka phambi kukaJehova, u-Eli uyaqaphela umlomo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite