Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kwabaseKorinte 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ukhona yini kini othi enendaba nomunye olokothayo ukuya enkantolo kwabangalungile, kungabi kwabangcwele na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ukhona yini umuntu kini, uma enendaba nomunye, onesibindi sokumangala kwabangalungile, kungabi kwabangcwele, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Uma omunye wenu enombango nomunye, angalokotha yini ammangalele kwabangakholwayo, kunokuba udaba alwethule kubazalwane na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ukhona yini kini othi enendaba nomunye olokothayo ukuya enkantolo kwabangalungile, kungabi kwabangcwele na?

Gade chapit la Kopi




1 kwabaseKorinte 6:1
11 Referans Kwoze  

Ngakho-ke uma uDemetriyu nezingcweti ezikanye naye benendaba nomuntu, umthetho uvuliwe, bakhona nababusi; mabamangalelane.


Ngokuba uNkulunkulu akasiye owesiphithiphithi, kodwa ngowokuthula, njengakuwo wonke amabandla abangcwele.


Maqondana nokuqoqwa kweminikelo yabangcwele, njengalokho ngayala amabandla aseGalathiya, yenzani kanjalo nani.


Ngiyanincenga, bazalwane, niyayazi indlu kaStefana ukuthi iyilibo lase-Akhaya nokuthi bazinikele enkonzweni yabangcwele;


kulo ibandla likaNkulunkulu eliseKorinte, kubo abangcwelisiwe kuKristu Jesu, ababizelwe ukuba ngabangcwele, kanye nabo bonke ezindaweni zonke abakhuleka egameni leNkosi yethu uJesu Kristu, eyabo neyethu;


ukuze nibe ngabantwana bakaYihlo osezulwini, ngokuba yena wenza ilanga lakhe liphume phezu kwababi nabahle, nemvula ayinisa kwabalungileyo nabangalungile.


Ngokuba nginamsebenzi muni ukuba ngahlulele nabangaphandle na? Anibahluleli yini abangaphakathi na?


Ngikhuluma kube namahloni. Kunjalo yini ukuthi kakho phakathi kwenu ohlakaniphileyo? Hhayi, akekho noyedwa ozokwazi ukwahlulela phakathi kwabafowabo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite