Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kwabaseKorinte 4:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Senisuthi, manje senicebile, nabusa ngaphandle kwethu; bengithanda ukuba benibusa, ukuze nathi sibuse kanye nani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Senize nasutha, senize naceba, senabusa ngaphandle kwethu; yebo-ke sengathi ngabe niyabusa, ukuze nathi sibuse kanye nani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Senize nasutha, naceba, nibusa ngaphandle kwethu. Yebo-ke, sengathi ningabusa, ukuze nathi sibuse kanye nani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Senisuthi, manje senicebile, nabusa ngaphandle kwethu; bengithanda ukuba benibusa, ukuze nathi sibuse kanye nani.

Gade chapit la Kopi




1 kwabaseKorinte 4:8
27 Referans Kwoze  

Wasenza kuNkulunkulu wethu amakhosi nabapristi, futhi siyakubusa emhlabeni.


Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa.


Ngokuba siyajabula, nxa thina sibuthakathaka, nina ninamandla;


Ukuzigqaja kwenu akukuhle. Anazi yini ukuthi imvubelo encane ibilisa inhlama yonke na?


ukuthi ezintweni zonke nicetshisiwe kuye, ekukhulumeni konke, nasekwazini konke;


Ngoba ngomusa engiwuphiweyo, ngithi kuwo wonke umuntu ophakathi kwenu ukuthi angazicabangeli ngaphezu kwalokho afanele ukukucabanga; kodwa acabange ngokuqonda, njengalokho uNkulunkulu abele yilowo nalowo isilinganiso sokukholwa.


Maye kini enisuthi! ngoba nizakulamba. Maye kinina enihlekayo manje! ngokuba niyakulila, nikhale.


Kukhona ozicebayo, kepha engenalutho; kukhona ozenza mpofu, kanti inotho enkulu.


Ngokuba uthi: Ngicebile, ngicebile, angisweli lutho; kanti kawazi ukuthi ulusizi, lolusizi, lompofu, lesiphofu, njalo uhamba ze;


Ngakho-ke, bathandekayo, njengalokho nilalela ngezikhathi zonke, kungesikho nxa ngikhona kuphela, kepha ikakhulu manje ngingekho, sebenzelani ukusindiswa kwenu ngokwesaba nangokuthuthumela.


Kuphela ukuhamba kwenu makube njengokufanele ivangeli likaKristu, ukuze kuthi noma ngiza nginibona, noma ngingekho, ngizwe izindaba zenu, ukuthi nime niqinile emoyeni munye, nganhliziyonye nilwela ukukholwa kweNkosi ivangeli;


Sengathi ningangibekezelela kancane ebuwula bami, ningibekezelele.


Kepha abanye bazikhukhumezile, kungathi angiyikuza kini;


UPawuli wasesithi: Ngithanda kuNkulunkulu ukuthi, kungabi nguwe wedwa, kodwa labo bonke abangizwayo lamuhla, kokubili ngokuseduze, nangokuphelele, babe njengami, ngaphandle kwalezizibopho.


Umprofethi uJeremiya wathi: “Amen, uJehova uyakwenza lokhu: uJehova uyakugcwalisa amazwi akho owaprofethayo ukubuyisela izitsha zendlu kaJehova nakho konke okwathunjwa eBhabhiloni kuyiswe kule ndawo.


Maye kulabo abahlakaniphileyo emehlweni abo futhi bahlakaniphile kwawabo amehlo!


Ozincoma ngesipho samanga unjengamafu nomoya okungenamvula.


UMozisi wasesithi kuye: Ulobukhwele ngenxa yami yini? Kwangathi uNkulunkulu angabapha bonke abantu beNkosi babe ngabaprofethi, futhi uJehova abeke uMoya wakhe phezu kwabo!


Wathi ebona izixuku wenyukela entabeni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite