Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kwabaseKorinte 3:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Nami-ke, bazalwane, bengingenakukhuluma kini njengakwabomoya kepha njengakwabenyama, njengakwabayizingane kuKristu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nami-ke, bazalwane, bengingenakukhuluma kini njengakwabomoya kepha njengakwabenyama, njengakwabayizingane kuKristu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Nami-ke bazalwane, ngangingakhulumi nani njengabantu bakamoya, kodwa njengabantu bomhlaba nje, abaseyizinsana kuKhristu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Nami-ke, bazalwane, bengingenakukhuluma kini njengakwabomoya kepha njengakwabenyama, njengakwabayizingane kuKristu.

Gade chapit la Kopi




1 kwabaseKorinte 3:1
11 Referans Kwoze  

Ngokuba yilowo nalowo odla ubisi akahlakaniphile izwi lokulunga, ngokuba uyingane.


Kepha sikhuluma ukuhlakanipha phakathi kwabapheleleyo, ukuhlakanipha okungesikho okwaleli zwe nokwababusi balesi sikhathi ababhubhayo;


Bazalwane, ningabi ngabantwana ngokuqonda, nokho ebubini nibe ngabantwana, kepha ekuqondeni nibe ngamadoda.


Ngokuba siyazi ukuthi umthetho ungowomoya, kepha mina ngingowenyama, othengisiwe phansi kwesono.


Ngiyalibhalela, bantwanyana, ngoba izono zenu zithethelelwe ngenxa yebizo lakhe.


Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzinaka wena, funa ulingwe nawe.


Kodwa yena waphenduka wathi kuPetro: Suka emva kwami, Sathane;


Uma umuntu ethi ungumprofethi, noma ethi ungowomoya, makaqonde ukuthi lokhu enginilobela khona kuyimiyalo yeNkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite