Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kwabaseKorinte 16:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Maqondana nokuqoqwa kweminikelo yabangcwele, njengalokho ngayala amabandla aseGalathiya, yenzani kanjalo nani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Maqondana nomnikelo obuthelwa abangcwele, njengalokho ngayala amabandla aseGalathiya, yenzani kanjalo nani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Maqondana nomnikelo oqoqelwa abangcwele, njengalokhu ngawayala amabandla aseGalathiya, nani-ke yenzani kanjalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Maqondana nokuqoqwa kweminikelo yabangcwele, njengalokho ngayala amabandla aseGalathiya, yenzani kanjalo nani.

Gade chapit la Kopi




1 kwabaseKorinte 16:1
20 Referans Kwoze  

Kepha onezinto zaleli zwe, bese ebona umzalwane wakhe eswele, amvalele ububele bakhe kuye, uthando lukaNkulunkulu luhlala kanjani kuye na?


Yabelani abangcwele ekuswelekeni; emukela izihambi.


Bathanda ukuthi sikhumbule abayanga; lokho nami ebengikulangazelela ukukwenza.


Kwathi emva kweminyaka eminingi ngafika ukuletha izipho esizweni sakithi neminikelo.


Ngokuba sinentokozo enkulu nenduduzo othandweni lwakho, ngokuba izibilini zabangcwele zivuselelwe ngawe, mzalwane.


Ngizwa ngothando lwakho nokukholwa onakho eNkosini uJesu nakubo bonke abangcwele;


Ngokuba uNkulunkulu akayena ongalungile ukuba akhohlwe umsebenzi wenu nomshikashika wothando enalubonakalisa kulo igama lakhe, ngokukhonza abangcwele, nisabakhonza.


Bakwenza-ke lokho, bakuthumela emalungeni ngesandla sikaBarnaba noSawulu.


Sebedabule izwe laseFrigiya nelaseGalathiya, benqatshelwe nguMoya oNgcwele ukulishumayela izwi e-Asiya;


Nabazalwane bonke abanami kuwo amabandla aseGalathiya;


Esehlale khona isikhathi, wamuka, walidabula ngokulandelana izwe laseGalathiya nelaseFrigiya, eqinisa bonke abafundi.


Kwasekusukuma omunye wabo obizo lakhe lingu-Agabu, watshengisa ngoMoya ukuthi kuzakuba khona indlala enkulu emhlabeni wonke;


Wambamba ngesandla, wamsukumisa; wayesebabiza abangcwele nabafelokazi, wamethula ephilile.


UAnaniya wasephendula wathi: Nkosi, ngizwile ngabanengi balumuntu ukuthi kungakanani okubi ekwenzile kwabangcwele bakho eJerusalema;


Ngalokho ngithumele kini uThimothewu, oyindodana yami ethandekayo nethembekile eNkosini, oyakunikhumbuza izindlela zami ezikuKristu, njengokuba ngifundisa ezindaweni zonke emabandleni onke.


Uma umuntu elambile, akadle ekhaya; ukuze lingabuthani ekulahlweni. Okuseleyo ngizakulungisa nxa ngifika.


Ngiyanincenga, bazalwane, niyayazi indlu kaStefana ukuthi iyilibo lase-Akhaya nokuthi bazinikele enkonzweni yabangcwele;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite