Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kwabaseKorinte 12:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Niyazi ukuthi naholwa ningabezizwe, nayiswa kuzo izithombe eziyizimungulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Niyazi ukuthi nisengabezizwe naholekela kuzo izithombe eziyizimungulu, nakuba naholwa kanjalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Niyazi ukuthi ngesikhathi nisengabezizwe naniholwa futhi nihuhwa yizithombe eziyizimungulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Niyazi ukuthi naholwa ningabezizwe, nayiswa kuzo izithombe eziyizimungulu.

Gade chapit la Kopi




1 kwabaseKorinte 12:2
15 Referans Kwoze  

Ngoba isikhathi esidluleyo sasenele ukwenza intando yabezizwe, lapho sasihamba emanyaleni, ezinkanukweni, ekunatheni, ekunatheni, ekunatheni, nasekukhonzeni izithombe okuyichilo;


Ngokuba bona uqobo babika ngathi ukungena kwethu kini, nokuthi naphendukela kanjani kuNkulunkulu, niphuma ezithombeni, nikhonza uNkulunkulu ophilayo noweqiniso;


Zinemilomo, kepha azikhulumi; banamehlo, kepha ababoni.


Kepha-ke, lapho ningamazi uNkulunkulu, nanikhonza labo abangesibo onkulunkulu ngokwemvelo.


Babenjalo abanye kini, kepha senagezwa, senangcweliswa, senalungisiswa egameni leNkosi uJesu Kristu nangoMoya kaNkulunkulu wethu.


Baqotho njengesundu, kodwa abakhulumi; kumele zithwalwe ngoba azikwazi ukuhamba. Ningabesabi; ngokuba abakwazi ukwenza okubi, akukho kubo ukwenza okuhle.


Njengoba nazi ukuthi anihlengwanga ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, enkambweni yenu eyize enayamukeliswa oyihlo;


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sikhohliswa, sikhonza izinkanuko nezinjabulo ezihlukahlukene, siphila ebubini nomhawu, sizondwa, sizondana.


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Bayamthwala emahlombe abo, bamthwale, bambeke endaweni yakhe, ame; kayikusuka endaweni yakhe; yebo, kukhona oyombiza, kodwa akakwazi ukuphendula noma ukophula osizini lwakhe.


Umlomo zinawo, kepha azikhulumi; banamehlo, kepha ababoni;


Zinezandla, kepha aziphathi; zinezinyawo, kepha azihambi; futhi azikhulumi ngemiphimbo yazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite