Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kwabaseKorinte 1:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngabhapathiza nendlu kaStefana; ngaphandle kwalokho angazi ukuthi ngabhapathiza omunye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kodwa ngabhapathiza nabendlu kaStefana; ngaphandle kwalokho angazi ukuba ngabhapathiza omunye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Yebo, ngababhabhadisa nabendlu kaStefana; ngaphandle kwabo, angikhumbuli ngibhabhadisa omunye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Ngabhapathiza nendlu kaStefana; ngaphandle kwalokho angazi ukuthi ngabhapathiza omunye.

Gade chapit la Kopi




1 kwabaseKorinte 1:16
6 Referans Kwoze  

Ngiyanincenga, bazalwane, niyayazi indlu kaStefana ukuthi iyilibo lase-Akhaya nokuthi bazinikele enkonzweni yabangcwele;


Ngiyathokoza ngokufika kukaStefana noFortunatu no-Akhayiku, ngokuba bakufezile ukusilela kwenu.


Wabathatha ngaso leso sikhathi sobusuku, wabageza imivimbo; wabhapathizwa khona lapho, yena nabo bonke abakhe.


Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga, wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona. Futhi wasicindezela.


ozakukhuluma kuwe amazwi, ozasindiswa ngawo wena lendlu yakho yonke.


funa kube khona othi ngabhapathiza egameni lami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite