Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 5:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngoba abanye sebephambukile balandela uSathane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ngokuba nakalokhu abanye sebechezukele kuSathane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ngokuba vele kumanje, bakhona abanye asebechezukele kuSathane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngoba abanye sebephambukile balandela uSathane.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 5:15
12 Referans Kwoze  

Nabaningi bayakulandela ukonakala kwabo; okuyakuthi ngaye indlela yeqiniso ihlanjalazwe.


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Ngokuba uDema ungishiyile, ethanda leli zwe lamanje, waya eThesalonika; uKreske eGalathiya, uThithu eDalmatiya.


okukubo ngoHimenewu noAleksandro; engibanikele kuSathane, ukuze bafunde ukuthi bangahlambalazi.


Waphonswa phansi udrako omkhulu, inyoka endala ethiwa uDeveli noSathane, odukisa izwe lonke; waphonswa phansi emhlabeni, nezingelosi zakhe zaphonswa phansi kanye naye.


njengalokhu nakuzo zonke izincwadi zakhe, ekhuluma kuzo ngalezizinto; okukhona kuzo ezinye izinto ezilukhuni ukuzwisiswa, okuthi abangafundileyo nabangazinzile bazihlanekezele, njengokuba benza neminye imibhalo, kube ngukubhujiswa kwabo.


Asebedukile ngeqiniso, besithi ukuvuka kwabafileyo sekudlulile; futhi ichitha ukholo lwabanye.


Uyakwazi lokhu, ukuthi bonke abase-Asiya bangifulathele; okukubo ngoFigelu noHermogene.


Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite