Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 1:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 okukubo ngoHimenewu noAleksandro; engibanikele kuSathane, ukuze bafunde ukuthi bangahlambalazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 abakubona oHimenewu no-Aleksandru engibanikele kuSathane, ukuze balaywe ukuba bangahlambalazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 kulabo kukhona uHimenewu no-Aleksandru, engibanikele kuSathane, ukuze bayalwe ukuba bangahlambalazi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 okukubo ngoHimenewu noAleksandro; engibanikele kuSathane, ukuze bafunde ukuthi bangahlambalazi.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 1:20
17 Referans Kwoze  

Nezwi labo liyakudla njengesilonda esibhibhayo, okuphakathi kwabo uHimenewu noFiletu;


Kodwa nxa sahlulelwa, siyalaywa yiNkosi, ukuze singalahlwa kanye lelizwe.


Nokho ningamthathi njengesitha, kodwa nimyale njengomzalwane.


Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


Basebekhipha uAleksandro exukwini, abaJuda bamqhubela phambili. U-Aleksandru waqhweba ngesandla, efuna ukuziphendulela kubantu.


Ngase ngimi esihlabathini solwandle, ngabona isilo sikhuphuka elwandle, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi, nasezimpondweni zaso kukhona imiqhele eyishumi, nasemakhanda aso kunegama lenhlamba.


Ngokuba abantu bayakuba ngabazithandayo, abahahayo, nabazidlayo, nabazidlayo, nabathukayo, nabangalaleli abazali, nabangabongiyo, nabangangcwele;


Bakhumbuze ngalezo zinto, ubayale phambi kweNkosi ukuthi bangaphikisani ngamazwi, okungasizi lutho, kodwa kubhubhise abezwayo.


futhi sikulungele ukujezisa konke ukungalaleli, lapho ukulalela kwenu sekugcwalisekile.


Kodwa abaJuda bebona izixuku bagcwala umona, baphikisana lezinto ezazikhulunywa nguPawuli, bephikisa lokuthuka.


Ngakho-ke ngibhala lezizinto ngingekho, ukuze kuthi nxa ngikhona ngingenzi kabukhali ngokwamandla iNkosi engiphiwe wona, ukwakha, kungabi awokubhidliza.


Uma engasezwa, tshela ibandla;


Ngoba abanye sebephambukile balandela uSathane.


Senikhohliwe isiyalezo esikhuluma kini njengakubantwana sokuthi: Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, ungaphelelwa amandla, lapho usolwa yiyo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite