Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 AmaKhosi 1:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kodwa akabizanga umprofethi uNathani noBhenaya namaqhawe noSolomoni umfowabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 kepha uNathani umprofethi, noBenaya, namaqhawe, noSolomoni umfowabo, kabamemanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 kodwa uNathani, umphrofethi, uBhenaya, amaqhawe, noSolomoni, umfowabo, akazange abameme.

Gade chapit la Kopi




1 AmaKhosi 1:10
8 Referans Kwoze  

UDavide wamduduza uBati Sheba umkakhe, wangena kuye, walala naye; wazala indodana, yaqamba igama layo ngokuthi uSolomoni; uJehova wamthanda.


Wahlaba izinkomo nezinkomo ezikhulupheleyo nezimvu ngobuningi, wabiza onke amadodana enkosi no-Abiyathara umpristi noJowabe induna yempi; kodwa kayibizanga inceku yakho uSolomoni.


Kepha uSadoki umpristi, noBenaya indodana kaJehoyada, noNathani umprofethi, noShimeyi, noReyi, namaqhawe kaDavide, babengekho ku-Adoniya.


Kepha mina, mina nceku yakho, noSadoki umpristi, noBenaya indodana kaJehoyada, noSolomoni inceku yakho, akasibizanga.


Ngakho uNathani wakhuluma kuBhathisheba unina kaSolomoni wathi: Kawuzwanga yini ukuthi uAdonija indodana kaHagithi usezakuba yinkosi, lenkosi yethu uDavida kayikwazi?


U-Adoniya indodana kaHagiti wafika kuBati Sheba unina kaSolomoni. Wathi: “Uza ngokuthula na?” Wathi: “Ngokuthula.”


U-Azariya indodana kaNathani wayephezu kwezikhulu, noZabudi indodana kaNathani wayeyinduna enkulu nomngane wenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite