Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 AmaKhosi 1:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Inkosi uDavide yayimdala, ineminyaka eminingi; bamembesa izingubo, kepha akabanga nakufudumala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Inkosi uDavide yayisindala, ineminyaka eminingi; bayembesa ngezingubo, kepha ayifudumalanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Inkosi uDavide yayisikhulile, neminyaka yayo isiminingi impela. Bayembesa ngezingubo, kepha kwanhlanga zimuka nomoya; ayifudumalanga.

Gade chapit la Kopi




1 AmaKhosi 1:1
13 Referans Kwoze  

Izinsuku zeminyaka yethu ziyiminyaka eyishumi namashumi ayisithupha; futhi uma iyiminyaka engamashumi ayisishiyagalombili ngenxa yamandla, nokho amandla ayo awumshikashika nosizi; ngoba masinyane liyanqunywa, futhi siyandiza, simuke.


UDavide wayesemdala, esanelisiwe yizinsuku, wabeka uSolomoni indodana yakhe inkosi phezu kuka-Israyeli.


UDavide wayeneminyaka engamashumi amathathu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amane.


U-Abhrahama wayesemdala ecindezelwe yibudala; uJehova wambusisa u-Abhrahama kukho konke.


U-Abrahama noSara base bebadala, sebekhulile; kwase kunqamuka ukuba kuSara njengabesifazane.


Babengenamntwana, ngokuba u-Elisabethe wayeyinyumba, futhi base bekhulile bobabili.


UDavide wamakhela khona uJehova i-altare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula. Ngakho uJehova walithandazela izwe, futhi isifo sanqamuka kwa-Israyeli.


Ngalokho izinceku zakhe zathi kuye: “Inkosi yami, inkosi, mayifunelwe intombi; makame phambi kwenkosi, ayiphathe, alale esifubeni sakho, ukuze inkosi yami, inkosi, ifudumale.


UBati Sheba wayesengena ekamelweni lenkosi; u-Abishagi waseShunemi wayekhonza inkosi.


Futhi uma ababili belele ndawonye, bayakushisa; kodwa umuntu eyedwa angafudumala kanjani na?


UJoshuwa wayesemdala, ehlushwe iminyaka; uJehova wathi kuye: “Usumdala, uneminyaka eminingi, kusekhona izwe eliningi ongalidla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite