Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Mathewu 8:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Induna yekhulu yaphendula yathi: Nkosi, kangifanele ukuthi ungene ngaphansi kophahla lwami;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Induna yekhulu yaphendula yathi: “Nkosi, angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami, kepha yisho izwi nje, khona umfana wami uyakusinda.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 Kepha induna yekhulu yaphendula yathi: “Nkosi, angifanele ukuba ungangena phansi kophahla lwami, kodwa khipha izwi nje, khona umfana wami uyakusinda.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Induna yekhulu yaphendula yathi: Nkosi, kangifanele ukuthi ungene ngaphansi kophahla lwami;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Mathewu 8:8
18 Iomraidhean Croise  

UJesu welula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwakhe lwahlambuluka.


nguye oza emva kwami, omi phambi kwami, engingafanele ukuthukulula umchilo wesicathulo sakhe.


USimoni Petru ekubona, wawa phansi emadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi; ngoba ngingumuntu oyisoni, Nkosi.


Mina nginibhapathiza ngamanzi kukho ukuphenduka; kepha ozayo emva kwami unamandla kunami, engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe;


Indodana yathi kuye: ‘Baba, ngonile kulo izulu naphambi kwakho, angisafanele ukuthiwa indodana yakho.’


Angisafanele ukuthiwa indodana yakho; ngenze ngibe njengomunye wabaqashwa bakho.


Kodwa uJohane wamalela, esithi: Mina ngiswela ukubhabhathizwa nguwe, kanti wena uza kimi yini?


UJesu wathi kuye: Mina ngizakuza ngimphulukise.


Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwegunya, nginamasosha phansi kwami; futhi kwenye: Woza, futhi uyeza; nasencekwini yami, Yenza lokhu, ikwenze.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan