Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




KumaHeberu 1:12 - Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Futhi njengesambatho uyakuzisonga, futhi ziyakuguqulwa; kepha wena unjalo, neminyaka yakho ayiyikuphela.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Njengesambatho uyakuwagoqonga, njengengubo ayakuguquka. Kepha wena unguye njalo, iminyaka yakho ayiyukuphela.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

12 Njengesembatho uyakuwasonga, ayakuguquka njengengubo, kodwa Wena unguye njalo iminyaka yakho ayiyukuphela.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Futhi njengesambatho uyakuzisonga, futhi ziyakuguqulwa; kepha wena unjalo, neminyaka yakho ayiyikuphela.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




KumaHeberu 1:12
8 Iomraidhean Croise  

UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: U-Abrahama engakabi khona, mina ngikhona.


UJesu Kristu unguye izolo, nanamuhla, naphakade.


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan