Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsAmbulo 16:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Eyesibili yathululela isitsha sayo olwandle; kwaba njengegazi lomuntu ofileyo, futhi yonke imiphefumulo ephilayo yafa elwandle.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Neyesibili yathululela isitsha sayo elwandle; lwase luba yigazi elinjengelofileyo, nakho konke okuzwayo okuphila elwandle kwafa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Eyesibili yathululela isitsha sayo olwandle, lwase luphenduka igazi elinjengelofileyo, kwafa konke okuphilayo olwandle.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Eyesibili yathululela isitsha sayo olwandle; kwaba njengegazi lomuntu ofileyo, futhi yonke imiphefumulo ephilayo yafa elwandle.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsAmbulo 16:3
10 Iomraidhean Croise  

Khona abalamukele izwi lakhe ngokuthokoza babhapathizwa, kwenezelwa ngalona lolosuku abantu abangaba yizinkulungwane ezintathu.


Esandleni sayo yayiphethe incwadi encane evuliwe, yabeka unyawo lwayo lokunene phezu kolwandle nolunye unyawo lwayo lwesobunxele emhlabeni.


Laba banamandla okuvala izulu ukuze lingani ngezinsuku zokuprofetha kwabo, futhi banamandla phezu kwamanzi okuwaphendula abe yigazi, futhi ashaye umhlaba ngazo zonke izinhlupho, noma nini ngokuthanda kwabo.


Ngase ngimi esihlabathini solwandle, ngabona isilo sikhuphuka elwandle, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi, nasezimpondweni zaso kukhona imiqhele eyishumi, nasemakhanda aso kunegama lenhlamba.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan