Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsAmbulo 13:18 - Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Nakhu ukuhlakanipha. Ohlakaniphileyo makabale isibalo sesilo, ngokuba siyisibalo somuntu; inombolo yakhe ingamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Nakhu ukuhlakanipha. Onengqondo makabale isibalo sesilo, ngokuba siyisibalo somuntu. Nesibalo sakhe singamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

18 Nakhu ukuhlakanipha. Onengqondo makabale isibalo sesilo, ngokuba siyisibalo somuntu: isibalo sakhe singama-666.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Nakhu ukuhlakanipha. Ohlakaniphileyo makabale isibalo sesilo, ngokuba siyisibalo somuntu; inombolo yakhe ingamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsAmbulo 13:18
10 Iomraidhean Croise  

Kepha nxa nibona amanyala encithakalo, akhulunywa nguDaniyeli umprofethi, imi lapho kungafanele khona, (ofundayo makaqonde), khona-ke abaseJudiya mababalekele ezintabeni;


Kepha uma ukungalungi kwethu kubonakalisa ukulunga kukaNkulunkulu, siyakuthini na? UNkulunkulu ungalungile yini ophindiselayo? (Ngikhuluma njengendoda.)


Ubusisiwe ofundayo, nabawezwayo amazwi alesi siprofetho, bagcine okulotshiweyo kuso, ngokuba isikhathi siseduze.


Ngase ngibona kungathi ulwandle lwengilazi luxubene nomlilo, nabaphumeleleyo ukunqoba isilo, nomfanekiso waso, nophawu lwaso, nenombolo yegama laso, bemi elwandle lwengilazi; ephethe amahabhu kaNkulunkulu.


Nansi ingqondo enokuhlakanipha. Amakhanda ayisikhombisa ayizintaba eziyisikhombisa owesifazane ehlezi phezu kwazo.


Yalinganisa ugange lwawo, izingalo eziyikhulu namashumi amane nane, ngesilinganiso somuntu, okungukuthi, sengelosi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan