Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsAmbulo 13:13 - Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Senza izimangaliso ezinkulu, size sehlise nomlilo ezulwini, wehle emhlabeni phambi kwabantu;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Senza nezibonakaliso ezinkulu, size senze nomlilo uphume ezulwini, wehlele emhlabeni phambi kwabantu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

13 Senza izibonakaliso ezinkulu, ngisho nokwehlisa umlilo ezulwini wehlele emhlabeni phambi kwabantu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Senza izimangaliso ezinkulu, size sehlise nomlilo ezulwini, wehle emhlabeni phambi kwabantu;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsAmbulo 13:13
20 Iomraidhean Croise  

Kwafika abaFarisi nabaSadusi, bamlinga bamcela ukuba ababonise isibonakaliso esivela ezulwini.


Ngokuba kuyakuvela oKristu bamanga, nabaprofethi bamanga, baveze izibonakaliso ezinkulu nezimangaliso; ukuze, uma kungenzeka, badukise nabakhethiweyo.


Ngokuba kuyakuvela oKristu bamanga nabaprofethi bamanga, benze izibonakaliso nezimangaliso, ukuze badukise, uma kungenzeka, nabakhethiweyo.


Njengoba uJane loJambre bamelana loMozisi, ngokunjalo laba bamelana leqiniso, abantu abalengqondo eyonakeleyo, abalamandla ekukholweni.


Uma kukhona ofuna ukuwonakalisa, kuphuma umlilo emlonyeni wawo, uqede izitha zawo;


Ngokuba bayimimoya yamademoni, eyenza izibonakaliso, ephumela emakhosini omhlaba wonke ukubabuthela ekulweni kosuku olukhulu lukaNkulunkulu uMninimandla onke.


Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.


Basenyukela ebubanzini bomhlaba, bahaqa ikamu labangcwele nomuzi othandekayo; kwehla umlilo uvela kuNkulunkulu uvela ezulwini, wabaqeda.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan