21 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
21 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Itabernakele* lasuswa; amadodana kaGereshoni namadodana kaMerari asuka elithwala itabernakele.
kepha abayikungena ukubona okungcwele nangesikhashana nje, funa bafe.”
“Bala umumo wamadodana kaGereshoni nawo ngezindlu zawoyise nangemindeni yawo
Njengesiyalezo sikaJehova babalwa ngesandla sikaMose, yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe nangokomthwalo wakhe. Base bebalwa-ke, njengalokho uJehova emyalile uMose.