Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 36:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ifa labantwana bakwa-Israyeli aliyikuhamba izizwe ngezizwe, ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bayakunamathela, kube yilowo nalowo efeni lesizwe sawoyise.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

7 ukuze kungabikho ifa labantu bakwa-Israyeli eliyakudluliselwa kwezinye izizwana, yilowo nalowo wabantu bakwa-Israyeli uyakunamathela efeni lesizwana sokhokho bakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngakho ifa labantwana bakwa-Israyeli ngeke lisuke kwesinye isizwe liye kwesinye, ngoba abantwana bakwa-Israyeli kumelwe balondoloze yilowo nalowo efeni lesizwe soyise.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 36:7
5 Iomraidhean Croise  

Wayesethi uNaboti ku-Ahabi: “Makube kude nami ngenxa kaJehova ukuba ngikunike ifa lawobaba.”


Yileyo naleyo ndodakazi enefa esizweni esithile sabantwana bakwa-Israyeli iyakuba ngumfazi womndeni wesizwe sikayise, ukuze yilowo nalowo wabantwana bakwa-Israyeli abe nefa lawoyise.


Ifa aliyikuhamba izizwe ngezizwe, ngokuba izizwe zabantwana bakwa-Israyeli ziyakunamathela, kube yileso naleso efeni laso.


UJoshuwa wayesebamukisa abantu, yilowo nalowo waya efeni lakhe.


Ngalokho mayizwe inkosi yami, inkosi, amazwi enceku yayo. Uma nguJehova okuncokoloza ngami, makamukele umnikelo, kepha uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaJehova, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingazihlanganisi nefa likaJehova, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan