Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 31:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 kuleso naleso sizwe njalo anoyithuma empini inkulungwane ezizweni zonke zakwa-Israyeli.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

4 Kuleso naleso sizwana sakwa-Israyeli kuphume inkulungwane, nibathumele empini.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kumelwe nithumele impi kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli inkulungwane esizweni ngasinye.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 31:4
5 Iomraidhean Croise  

Abayisihlanu kini bayakuxosha abayikhulu, nabayikhulu kini bayakuxosha izinkulungwane eziyishumi, izitha zenu ziwe phambi kwenu ngenkemba.


UMose wayesekhuluma kubantu, wathi: “Hlomiselani impi amadoda phakathi kwenu ukuba ahlasele abakwaMidiyani, aphindisele uJehova kwabakwaMidiyani;


Kwase kunikelwa ezinkulungwaneni zakwa-Israyeli inkulungwane kuleso naleso sizwe, izinkulungwane eziyishumi nambili, zihlonyiselwe impi.


UJehova wathi kuGideyoni: “Abantu abanawe baningi kakhulu ukuba nginikele abakwaMidiyani esandleni sabo, funa u-Israyeli aziqhenye ngakimi ngokuthi: ‘Isandla sami singisindisile.’


UJonathani wathi odibini lwakhe oluphethe izikhali zakhe: “Woza siwele, siye ekhandeni lalabo abangasokile; ingabe uJehova uyakusisebenzela, ngokuba akukho okumthiyayo uJehova ukuba asindise ngabaningi noma ngabayingcosana.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan