Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 30:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kepha uma indoda yakhe ithula nokuthula kuye izinsuku ngezinsuku, iyaqinisa zonke izithembiso zakhe nazo zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; iziqinisile, ngokuba ithulile kuye ngosuku eyazizwa ngalo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

14 Kodwa uma indoda yakhe ithulile ayasho lutho kuye, kwadlula izinsuku ngezinsuku, iyaziqinisa zonke izifungo zakhe nazo zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; iziqinisile, ngokuba ithulile ngosuku eyezwa ngalo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa uba indoda yakhe ithule kuye insuku ngensuku; Khona-ke uyakuqinisa zonke izithembiso zakhe noma zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; uyakuqinisekisa, ngokuba wathula naye mhla ekuzwa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 30:14
2 Iomraidhean Croise  

Zonke izithembiso nazo zonke izifungo ezibophayo zokuthobisa umphefumulo, indoda yakhe ingaziqinisa, noma indoda yakhe izenze ize.


kepha uma izenza ize lapho isizizwile, iyakuthwala ububi bakhe.’ ”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan