UNumeri 23:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ngokuba ngisesiqongweni samadwala ngiyambona, ngisemadulini ngiyambuka; bheka, kungabantu abahlala bodwa, abangayikubalwa phakathi kwezizwe. Faic an caibideilIsiZulu 20209 Ngiyambona ngiseziqongweni zamadwala, ngisemagqumeni, ngiyambona. Bheka, ngibona abantu abahlala bodwa abazibona beyisizwe esehlukile kwezinye izizwe. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20249 Ngokuba ngisesiqongweni samadwala ngiyambona, nasemagqumeni ngiyambona; bheka, abantu bayakuhlala bodwa, bangabalwa phakathi kwezizwe. Faic an caibideil |