Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 20:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 ake sidabule izwe lakho; asiyikudabula amasimu nezivini, singaphuzi amanzi emithombo; siyakuhamba ngomgwaqo wenkosi, singajiki ngakwesokunene nangakwesokhohlo size sidlule umkhawulo wakho.’ ”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

17 Siyakuncenga sivumele sidabule ezweni lakho; asiyukuhamba emasimini nasezivinini, futhi asiyukuwaphuza amanzi emithonjeni; siyohamba ngomgwaqo wenkosi, asiyukujikela ngakwesokunene nangakwesokhohlo size sidlule ezweni lakho.’ ”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Masidabule ezweni lakho, asiyikudabula amasimu noma izivini, singaphuzi amanzi emithombo; siyakuhamba endleleni ephakeme yenkosi, asiyikuphambukela ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, size sidlule imingcele yakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 20:17
7 Iomraidhean Croise  

“Bheka, manje abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi nabasentabeni yaseSeyiri, ongavumelanga u-Israyeli ukubangenela ekuphumeni kwakhe ezweni laseGibithe, kepha wabachezukela, akabachithanga,


UmKhanani, inkosi yase-Aradi, owayakhe eningizimu, wezwa ukuthi u-Israyeli uyeza ngendlela yase-Atarimi; walwa no-Israyeli, wathumba abanye kubo.


‘Mangidabule izwe lakho; ngiyakuhamba ngomgwaqo, ngingajiki ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.


Uyakuthengisa kimi ukudla ngemali ukuba ngidle, ningiphe amanzi ngemali ukuba ngiphuze; mangidabule kuphela ngezinyawo,


njengalokho bangenzela abantwana bakwa-Esawu ababehlala eSeyiri nabakwaMowabi ababehlala e-Ari, ngize ngiwele iJordani, ngingene ezweni uJehova uNkulunkulu wethu asinika lona.’


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan