Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 19:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Osishisayo uyakuhlanza izingubo zakhe ngamanzi, ageze umzimba wakhe ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 Oshisa leso sithole uyohlanza izingubo zakhe ngamanzi, ageze nomzimba wakhe, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Osishisayo kumelwe ahlanze izingubo zakhe ngamanzi, ageze umzimba wakhe ngamanzi, abe ongcolile kuze kuhlwe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 19:8
6 Iomraidhean Croise  

Bonke abathwala utho lwezidumbu zazo bayakuhlanza izingubo zabo, babe ngabangcolile kuze kuhlwe.


Ozishisayo wohlanza izingubo zakhe, ageze umzimba wakhe ngamanzi, andukuba angene ekamu.*


“ ‘Yilowo nalowo odla ingcuba noma lokho okudweshulwe yizilo, noma engowokuzalwa ekhaya noma engumfokazi, makahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe; khona uyakuhlambuluka.


Kuyakuba yisimiso esiphakade kubo; ofafaza amanzi okuphothula uyakuhlanza izingubo zakhe, nothinta amanzi okuphothula uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Umpristi useyakuhlanza izingubo zakhe, ageze umzimba wakhe ngamanzi, andukuba angene ekamu,* umpristi abe ngongcolile kuze kuhlwe.


“ ‘Umuntu ohlambulukileyo uyakubutha umlotha wesithole, awubekele ngaphandle kwekamu* endaweni ehlambulukileyo, ugcinelwe inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli kube ngamanzi okuphothula; kungumnikelo wesono.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan