UNumeri 18:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “Niyakugcina inkonzo yendlu engcwele nenkonzo yase-altare, ukuze ulaka lungabe lusaba khona phezu kwabantwana bakwa-Israyeli. Faic an caibideilIsiZulu 20205 “Niyakugcina inkonzo yendlu engcwele nenkonzo yase-althare, ukuze ulaka lungabe lusaba khona phezu kwabantu bakwa-Israyeli. Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20245 Kumelwe nigcine inkonzo yendlu engcwele nenkonzo ye-altare, ukuze intukuthelo ingabe isaba phezu kwabantwana bakwa-Israyeli. Faic an caibideil |
Ngiwanikile amaLevi abe yisipho sika-Aroni nesamadodana akhe esivela kubantwana bakwa-Israyeli ukusebenza umsebenzi wabantwana bakwa-Israyeli etendeni lokuhlangana nokwenzela abantwana bakwa-Israyeli ukubuyisana, ukuze kungabikho sifo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, lapho abantwana bakwa-Israyeli besondela endlini engcwele.”