1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
U-Aroni wabuyela kuMose ngasemnyango wetende lokuhlangana; isifo sanqamuka.
“Khuluma kubantwana bakwa-Israyeli, uthabathe kubo izintonga, ibe nye kuleyo naleyo ndlu kayise, kuzo zonke izikhulu njengezindlu zawoyise, izintonga eziyishumi nambili; loba wena igama lalowo nalowo muntu entongeni yakhe.