UNumeri 15:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 khona-ke onikela ngomnikelo wakhe woletha kuJehova umnikelo wempuphu wokweshumi kwempuphu ecolekileyo exovwe nokwesine kwehini* lamafutha; Faic an caibideilIsiZulu 20204 khona-ke lowo onikela ngomnikelo wakhe uyoletha kuSimakade umnikelo wokusanhlamvu wokweshumi kwempuphu ecolisekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha; Faic an caibideilContemporary Zulu Bible 20244 Oletha umnikelo wakhe kuJehova uyakuletha umnikelo womlilo wesahlulo seshumi sempuphu ecolekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha. Faic an caibideil |
Bayakuletha bonke abafowenu bebakhipha ezizweni zonke ngamahhashi, nangezinqola, nangezinhlaka, nangeminyuzi,* nangamakamela, babe ngumnikelo kaJehova, beze entabeni yami engcwele eJerusalema,” usho uJehova, “njengalokhu abantwana bakwa-Israyeli bewuletha umnikelo wabo ngesitsha esihlambulukileyo endlini kaJehova.