Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 11:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Abantwana baphuma ukuliqoqa, baligaya ematsheni, noma beligqula ezigqulweni, balipheka emakhanzini, benza ngalo amaqebelengwane; ukuzwakala kwalo kwakunjengokuzwakala kweqebelengwane lamafutha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 Abantu babephuma bayiqoqe, bayigaye ematsheni, noma bayigqule ezigqulweni, bayipheke emakhanzini, benze nangayo amaqebelengwane. Yayinambitheka okweqebelengwane elinamafutha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Abantu babehamba bakubuthe, bakugaye etsheni, noma bakugaye odakeni, bakubhake ngamapani, benze amaqebelengwane ngakho; ukunambitheka kwakho kwakunjengokunambitha kwamafutha amasha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 11:8
9 Iomraidhean Croise  

Kwathi uJakobe wapheka ukudla, kwafika u-Esawu evela endle, ediniwe.


Wathi kuzo: “Lokhu kuyikho uJehova akukhulumileyo: kusasa kulusuku lokuphumula, isabatha elingcwele likaJehova; yosani lokho eniyakukosa, nipheke lokho eniyakukupheka, nizibekele konke okuseleyo, kulondolozwe kuze kuse.”


Indlu yakwa-Israyeli yaqamba igama lakho ngokuthi imana;* kwakunjengembewu yekoriyanderi,* kumhlophe; kwezwakala emlonyeni kungathi ngamaqebelengwane anezinyosi.


Imana* lafana nembewu yekoriyanderi,* nokubonakala kwalo kwakunjengokubonakala kwenhlaka yebedola.*


Nxa amazolo elala phezu kwekamu* ebusuku, imana* lawela phezu kwawo.


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo kepha ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyakunipha khona iNdodana yomuntu, ngokuba uYise uNkulunkulu ubekile uphawu kuyona.”


Okhokho bethu badla imana* ehlane njengokulotshiweyo ukuthi: ‘Wabapha isinkwa esivela ezulwini ukuba badle.’ ”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan