Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UNumeri 11:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 kepha manje umphefumulo wethu usuwomile; akukho lutho impela; ngaphandle kwaleli mana* akukho lutho emehlweni ethu.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

6 Kepha manje sekuphele nokulangazelela ukudla. Akukho lutho olunye esingaludla ngaphandle kwale mana esiyidla imihla namalanga.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kepha manje umphefumulo wethu ubunile; akukho lutho ngaphandle kwaleli mana phambi kwamehlo ethu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UNumeri 11:6
3 Iomraidhean Croise  

Wathi kuye: “Uzacelani kanjalo wena ndodana yenkosi imihla ngemihla na? Ungengitshele na?” Wathi u-Amnoni kuye: “Ngithanda uTamari udadewabo ka-Abisalomu umfowethu.”


Kepha selokhu sayeka ukushisela inkosikazi yezulu impepho nokuyithululela iminikelo yokuphuzwa, siswele konke, siqedwe ngenkemba nangendlala.


Abantu bakhuluma kabi ngoNkulunkulu nangoMose, bathi: “Nisikhuphuleleni eGibithe ukuba sifele ehlane na? Ngokuba akukho sinkwa, akukho manzi; umphefumulo wethu uyanengwa yilesi sinkwa esilulana.”


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan